Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:23 - IsiZulu 2020

23 Noma kungaba ngumbhede noma iyiphi enye into ahlale kuyo, uma ithintwa ngumuntu, uyakuhlala engcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Uma kusembhedeni noma kukuyiphi into ahlala kuyo, nxa kuthintwa ngumuntu, yena uyakuhlala engcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Uma kuphezu kombhede wakhe noma nakunoma yini ahlala kuyo, uma eyithinta, uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:23
4 Referans Kwoze  

Nalowo othinta noma yini ahlale kuyo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


“ ‘Uma owesilisa elala naye, ukungcola kwakhe kuyakuba kuye, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa; nayo yonke imibhede alala kuyo iyakuba ngengcolileyo.


“ ‘Niyakungcoliswa yizo, kuthi bonke abathinta izidumbu zazo babe ngabangcolile kuze kuhlwe.


Konke okuyothintwa ngumuntu ongcolileyo kuyoba ngokungcolile; umuntu oyokuthinta uyoba ngongcolileyo kuze kuhlwe.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite