Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:14 - IsiZulu 2020

14 Ngosuku lwesishiyagalombili uyozithathela amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, eze phambi kukaSimakade ngasemnyango wethende lokuhlangana, awanike umphristi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngosuku lwesishiyagalombili wozithabathela amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, eze phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana, awanike umpristi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngosuku lwesishiyagalombili kumelwe azithathele amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, ahambe phambi kukaJehova emnyango wetende lokuhlangana, awanike umpristi.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:14
11 Referans Kwoze  

“ ‘Uma engenamandla okuthola imvu, uyothatha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, elinye liyoba ngumnikelo wokushiswa, elinye libe ngumnikelo wesono, umphristi uyomenzela ukubuyisana; ahlambuluke.’ ”


Ngokuba ngamnikelo munye nje, ubaphelelise unomphelo labo abangcwelisiweyo.


Kodwa Yena, esenikele ngomhlatshelo kwaba kanye ngenxa yezono, wahlala phakade ngakwesokunene sikaNkulunkulu,


Ngaleyo ntando singcwelisiwe ngokunikelwa komzimba kaJesu Khristu, kwaba kanye kuphela.


Ngokuba umphristi omkhulu onjengaye usifanele thina; ongcwele, ongenacala, ongenasici, owehlukanisiwe kwabayizoni, owenziwe waphakama phezu kwamazulu.


Ongasazanga isono wamenza isono ngenxa yethu, ukuze kuYena senziwe sibe ngukulunga kukaNkulunkulu.


Ngosuku lwesishiyagalombili uyoletha kumphristi amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba ngasemnyango wethende lokuhlangana.


“ ‘Lapho seziphelile izinsuku zokuhlanjululwa kwakhe emveni kokubeletha umfana noma intombazane, uyoletha iwundlu leduna elinonyaka, libe ngumnikelo wokushiswa, nephuphu lejuba noma ihobhe, libe ngumnikelo wesono. Lokhu uyokuletha kumphristi ngasemnyango wethende lokuhlangana.


“ ‘Uma umnikelo wakhe kuSimakade kungowezinyoni, uyakukhetha umnikelo wakhe phakathi kwamahobhe noma amaphuphu amajuba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite