Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 14:6 - IsiZulu 2020

6 Uyothatha inyoni ephilayo, umsedari, indwangu ebomvu nehisopi, akucwilise nenyoni ephilayo egazini lenyoni ehlatshelwe phezu kwamanzi agelezayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Inyoni ezwayo uyakuyithatha kanye nomsedari nendwangu ebomvu nehisopi,* akugcobhoze kanye nenyoni ezwayo egazini lenyoni eyahlatshwa phezu kwamanzi agobhozayo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kepha inyoni ephilayo uyakuyithatha, nokhuni lomsedari, nendwangu ebomvu, nehisopi, akugcobhoze kanye nenyoni ephilayo egazini lenyoni ehlatshwe phezu kwamanzi agobhozayo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 14:6
13 Referans Kwoze  

nophilayo. Ngangifile; manje ngiyaphila kuze kube phakade naphakade, futhi ngiphethe izihluthulelo zokufa nezeHayidesi.


nakuJesu Khristu, ufakazi othembekileyo, izibulo labafileyo nombusi wamakhosi omhlaba. Kuye osithandayo nowasikhulula ezonweni zethu ngegazi lakhe,


Yona ethi ingukubengezela kwenkazimulo yakhe futhi ifuze Yena luqobo, iphasa konke ngezwi lamandla ayo. Ithe seyenzile ukuhlanzwa kwezono, yahlala ngakwesokunene soMkhulu kweliphezulu.


Ngokuba uma sathi siseyizitha, sathola ukubuyisana noNkulunkulu ngokufa kweNdodana yakhe, kuyacaca bha ukuthi siyakusindiswa ngokuphila kwayo sesikutholile ukubuyisana.


owanikelwa ngenxa yeziphambeko zethu, wavuswa ngenxa yokulungisiswa kwethu.


kungesikhathi eside, izwe ngeke lisangibona, kepha nina niyangibona, ngokuba ngiyaphila, nani nizakuphila.


Ngalolo lusuku kuyakuvulwa umthombo oyakuhlanza izono nokungcola kwendlu kaDavide nabakhileyo eJerusalema.


Umphristi uyoyala ukuba ozohlanjululwa alethelwe izinyoni ezimbili ezihlambulukileyo, nomsedari, indwangu ebomvu nehisopi.


Umphristi uyakuyala ukuba ihlatshwe enye yezinyoni phezu kwamanzi esitsheni sebumba.


Ngihlanze ngehisophi, ngihlambuluke, ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.


Enye yezinyoni uyoyihlabela esitsheni sebumba phezu kwamanzi agelezayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite