Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 14:42 - IsiZulu 2020

42 Bayothatha amanye amatshe bawafake endaweni yalawo akhishiweyo. Bayothatha udaka olusha bagudule ngalo indlu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Bothabatha amanye amatshe, bawafake endaweni yalawo matshe, bathabathe olunye udaka, bayinameke indlu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Kumelwe bathathe amanye amatshe bawabeke endaweni yalawo matshe; futhi kumelwe athathe olunye udaka futhi alunameke indlu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 14:42
13 Referans Kwoze  

Lokho okuzwile kimi phambi kofakazi abaningi, kwedlulisele kubantu abathembekileyo, abafanele ukufundisa abanye.


Amehlo ami akwabathembekileyo bomhlaba ukuze bahlale nami, ohamba endleleni engenacala, uyakungikhonza.


Uma kukubi emehlweni enu ukukhonza uSimakade, khethani namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza, noma ngonkulunkulu ababekhonzwa ngokhokho benu besengaphesheya komfula, noma ngonkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo, kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uSimakade.”


futhi ngimqokile ukuba afundise abantwana bakhe nabendlu yakhe, ukuba bagcine umyalo kaSimakade ngokwenza ukulunga nobulungiswa, ukuze uSimakade akufeze lokho amethembise khona.”


Indlu iyophalwa ngaphakathi nhlangothi zonke, uthuli oluphaliweyo baluthele endaweni engcolileyo ngaphandle komuzi.


“Uma isifo sibuye savumbuka kabusha endlini emveni kokuba ekhiphe amatshe okuqala, nasemveni kokuphalwa kwendlu nokuphahlekwa kwayo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite