Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 14:41 - IsiZulu 2020

41 Indlu iyophalwa ngaphakathi nhlangothi zonke, uthuli oluphaliweyo baluthele endaweni engcolileyo ngaphandle komuzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 indlu iphalwe phakathi nxazonke, bathele udaka oluphaliweyo endaweni engcolileyo ngaphandle komuzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kumelwe athi indlu iphalwe ngaphakathi nxazonke, futhi uthuli abalukhulile kumelwe baluphonse ngaphandle komuzi endaweni engcolile.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 14:41
10 Referans Kwoze  

Ngaphandle kukhona izinja, abathakathi, izifebe, ababulali, abakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nabenza amanga.


kulabo kukhona uHimenewu no-Aleksandru, engibanikele kuSathane, ukuze bayalwe ukuba bangahlambalazi.


iyinqamule kabili, iyabele isabelo sayo nabazenzisi; kuyakuba khona lapho ukukhala nokugedla amazinyo.”


Kwathi esefikile ngaphesheya ezweni lamaGadara, wahlangana nabantu ababili abanamadimoni, bephuma emathuneni. Babeyingozi kakhulu kangangokuthi kwakungekho muntu owayengalokotha adlule ngaleyo ndlela.


abahlala emathuneni, balale ezindaweni ezisithekileyo, abadla inyama yezingulube, benomhluzi wezinto ezinengekayo ezitsheni zabo,


Umphristi uyoyala ukuba amatshe ahlaselwe yisifo akhishwe, alahlwe endaweni engcolileyo ngaphandle komuzi.


Bayothatha amanye amatshe bawafake endaweni yalawo akhishiweyo. Bayothatha udaka olusha bagudule ngalo indlu.


Uyoyibhidliza indlu, amatshe ayo, amapulangwe ayo, nodaka lwayo akukhiphe emzini, akulahle endaweni engcolileyo.


Ziyakubhidliza izingange zeThire, zidilize imibhoshongo yalo. Ngiyakuyikhukhuluza imvithi yalo, ngilenze libe yidwala elingenalutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite