Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 14:11 - IsiZulu 2020

11 Umphristi ohlambululayo uyobeka umuntu ozohlanjululwa nalezo zinto phambi kukaSimakade ngasemnyango wethende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Umpristi ohlambululayo uyakumbeka umuntu oyakuhlanjululwa kanye nalezo zinto phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Umpristi ozihlanzayo kumelwe alethe lowo oyakuhlanjululwa kanye nalezi zinto phambi kukaJehova emnyango wetende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 14:11
9 Referans Kwoze  

Kepha kuYena onamandla okunilonda ningakhubeki, animise phambi kwenkazimulo yakhe ningenasici, ninokuthokoza.


AbaLevi bazihlambulula, bahlanza nezingubo zabo. U-Aroni wayesebaletha njengomnikelo wokuzungeziswa phambi kukaSimakade, ukuze u-Aroni abenzele ukubuyisana, abahlambulule.


uqoqele yonke inhlangano emnyango wethende lokuhlangana.”


“Ngosuku lwesishiyagalombili uyothatha izimvu ezimbili ezingenasici ezingamaduna, nemvu yensikazi engenasici enonyaka, nokuthathu eshumini kwempuphu ecolisekileyo exutshwe namafutha, nengxenye yelitha lamafutha.


Umphristi uyothatha imvu yeduna, anikele ngayo ibe ngumnikelo wecala, nengxenye yelogi lamafutha, akuzungezise kube ngumnikelo wokuzungeziswa phambi kukaSimakade.


“Ngosuku lwesishiyagalombili uyowaletha kumphristi ngasemnyango wethende lokuhlangana, phambi kukaSimakade, abe ngawokuhlanjululwa kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite