Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:43 - IsiZulu 2020

43 umphristi uyakumhlola; uma iguludla elikhulayo limhlophe libomvana empandleni esekhanda lakhe noma empandleni esebunzini lakhe, lifana nesifo sochoko esikhumbeni sakhe,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Khona umpristi uyakumbheka; uma idunguza lesifo limhlophe libomvana empandleni esekhanda lakhe noma empandleni esebunzini lakhe, njengokubonakala kochoko esikhumbeni senyama,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Khona-ke umpristi kumelwe akubheke, futhi uma ukuqubuka kwethumba kumhlophe ngokubomvu empandleni yakhe noma empandleni yakhe, njengoba uchoko lubonakala esikhumbeni senyama;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:43
6 Referans Kwoze  

Niyakwehlukanisa phakathi kokungcwele nokungengcwele, okungcolileyo nokuhlanzekileyo,


kuthi lapho bekunethumba khona kuvele iguludla elimhlophe, noma ibala elikhanyayo okubomvana kube mhlophe, liyakukhonjiswa umphristi,


Kepha uma ekhanda eliyimpandla noma empandleni esesiphongweni kukhona isifo esibomvana ngokumhlophe, wuchoko lolo olumile empandleni esekhanda lakhe noma empandleni esebunzini lakhe,


unochoko; ungcolile; umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; isifo sisekhanda lakhe.


Abaphristi bawo bawudlovile umthetho wami; bazingcolisile izinto zami ezingcwele, abakwehlukanisanga okungcwele nokuyichilo. Ababafundisanga abantu ukwehlukanisa phakathi kokungcolileyo nokuhlambulukileyo, bashalazela amasabatha ami ngokungawagcini; ngihlanjalaziwe phakathi kwabo.


ngenxa yalokho, iNkosi iyozenza izimpandla izinkakhayi zamadodakazi aseZiyoni; uSimakade uyowashiya eyizingengelezi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite