Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:33 - IsiZulu 2020

33 uyakuphuca izinwele, kodwa akayukuwuphuca umuna, umphristi uyomvalela onomuna ezinye izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 bheka, uyakuziphucula, angaphuculi umuna kodwa, umpristi amvalele onomuna ezinye izinsuku eziyisikhombisa;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Uyakuphuca, kepha angaphuculi utwayi; umpristi amvalele ngotwayi ezinye izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:33
4 Referans Kwoze  

Uma ibala elikhanyayo limhlophe esikhumbeni senyama yakhe, futhi libonakala lijulile esikhumbeni, noboya obukulo sebuphenduke baba mhlophe, umphristi uyakumvalela onesifo izinsuku eziyisikhombisa.


umphristi uyakusihlola isifo; uma sibonakala sishonile kunesikhumba noboya bubuncane kuso, izinwele zimpofana, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile: ngumuna, wuchoko lwekhanda noma lwesilevu.


Ngosuku lwesikhombisa umphristi uyosihlola isifo; uma singandile futhi kungekho zinwele ezimpofu kuso, isifo sibonakala singashonile kunesikhumba,


Ngosuku lwesikhombisa uyomhlola onomuna. Uma umuna ungandanga esikhumbeni, futhi ubonakala ungashonile kunesikhumba, umphristi uyakumemezela ukuthi uhlambulukile. Uyohlanza izingubo zakhe, ahlambuluke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite