Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:26 - IsiZulu 2020

26 Kepha uma umphristi elihlola, ebona kungekho boya obumhlophe ebaleni elikhanyayo, lingashonile kunesikhumba, kodwa lifiphele, umphristi uyakumvalela izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kepha uma umpristi elibheka, kungekho boya obumhlophe ebaleni elikhanyayo, lingashonile kunesikhumba, kodwa lifiphele, bheka, khona umpristi uyakumvalela izinsuku eziyisikhombisa,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kodwa lapho umpristi elibona, futhi ebheka, akukho boya obumhlophe ebaleni elikhanyayo, futhi alishonile kunesikhumba, kodwa limnyama; khona-ke umpristi kumelwe amvalele izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:26
4 Referans Kwoze  

Kodwa uma ibala elikhanyayo limi endaweni eyodwa lingaqhubeki, sekuyisibazi sethumba; umphristi uyakumemezela ukuthi uhlambulukile.


umphristi uyakulihlola, uma uboya obusebaleni elikhanyayo sebuphendukile baba mhlophe, selibonakala ukuthi lishonile kunesikhumba, isifo esithathelanwayo; sivele esibazini; umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; yisifo esithathelanwayo.


Ngosuku lwesikhombisa uyomhlola, uma libhebhethekile esikhumbeni, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; yisifo esithathelanwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite