Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:24 - IsiZulu 2020

24 “Uma umzimba unesibazi sokusha, inyama lapho kushe khona ibe yibala elibomvu ngokumhlophe noma elimhlophe,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Nxa inyama inesibazi esikhumbeni sayo, inyama ebomvu yesibazi iphenduke ibala elikhanyayo, limhlophe libomvana noma limhlophe nje,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uma kukhona esikhumbeni kukhona umsha oshisayo, inyama ephilayo iqhuma ibala elimhlophe, libomvana noma limhlophe;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:24
5 Referans Kwoze  

Esikhundleni samakha, kuyoba ngukubola; nasesikhundleni sebhande, kube yintambo; esikhundleni sezinwele ezilungiswe kahle, kube yimpandla; nasesikhundleni sesidiya, kube yisibhamba sendwangu eyisaka; nasesikhundleni sobuhle, kube yisishada.


kuthi lapho bekunethumba khona kuvele iguludla elimhlophe, noma ibala elikhanyayo okubomvana kube mhlophe, liyakukhonjiswa umphristi,


Kodwa uma ibala elikhanyayo limi endaweni eyodwa lingaqhubeki, sekuyisibazi sethumba; umphristi uyakumemezela ukuthi uhlambulukile.


umphristi uyakulihlola, uma uboya obusebaleni elikhanyayo sebuphendukile baba mhlophe, selibonakala ukuthi lishonile kunesikhumba, isifo esithathelanwayo; sivele esibazini; umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; yisifo esithathelanwayo.


umphristi uyakumbheka, uma ebona ukuthi lapho isikhumba sivuvukele khona sekumhlophe, noboya sebuphenduke baba mhlophe nokuthi kukhona inyama ebomvu ekuvuvukeni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite