Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 11:9 - IsiZulu 2020

9 “ ‘Lezi niyakuzidla kuzo zonke ezisemanzini: zonke ezinezigwedlo namazenga ezisemanzini, nezisolwandle nasemifuleni, niyakuzidla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “ ‘Lezi ningazidla kuzo zonke ezisemanzini: zonke ezinamaphiko nezingcwecwe ezisemanzini neziselwandle nezisemifuleni, lezo ningazidla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Lokhu lizakudla kukho konke okusemanzini: konke okulempiko lamaxolo emanzini, elwandle lemifuleni lizakudla.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 11:9
7 Referans Kwoze  

Kepha omunye uyakuthi: “Unokukholwa, mina nginemisebenzi;” ngikhombise ukukholwa kwakho ngaphandle kwemisebenzi, mina ngizakukhombisa ukukholwa kwami ngemisebenzi yami.


KuKhristu ukusoka nokungasoki akusho lutho, kodwa ukukholwa okuvezwa wuthando.


Ngifakaza kubaJuda nakumaGriki ukuba baphendukele kuNkulunkulu nokuba bakholwe yiNkosi yethu uJesu.


Aniyukuyidla inyama yazo, futhi aniyukuzithinta izidumbu zazo; zingcolile kini.


Kepha zonke ezingenazigwedlo namazenga ezisolwandle nasemifuleni, nazo zonke ezitshuza emanzini, nakho konke okuphila emanzini kungamanyala kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite