Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 11:41 - IsiZulu 2020

41 “ ‘Zonke izilwane ezinwabuzelayo emhlabeni ziyisinengiso; azinakudliwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 “ ‘Zonke izilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ziyisinengiso; mazingadliwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Zonke izilo ezinwabuzelayo emhlabeni ziyisinengiso; ingadliwa.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 11:41
6 Referans Kwoze  

“ ‘Lezi zingcolile kini kuzo izilwane ezihuquzelayo emhlabeni: uchakide, impuku, uxamu ngezinhlobo zakhe,


Kodwa zonke ezinye izinambuzane ezinamaphiko nezinyawo ezine ziyisinengiso kini.


“ ‘Zonke izinambuzane ezinamaphiko, ezihamba ngezinyawo zozine, ziyisinengiso kini.


UNkulunkulu wathi: “Makugcwale uswebezane lwezidalwa eziphilayo ezinhlobonhlobo emanzini, kundize izinyoni emkhathini.”


Kwafa konke okuphilayo emhlabeni: wena nyoni, wena nkomo, wena silo, wena silwanyana esinwabuzelayo emhlabeni, nabo bonke abantu.


Zonke ezihuquzela ngesisu, nazo zonke ezihamba ngezinyawo ezine noma ngezinyawo eziningi, nazo zonke ezinwabuzelayo emhlabeni, aniyukuzidla, ngokuba ziyisinengiso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite