Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 11:36 - IsiZulu 2020

36 Umthombo, umthombokwakhiwa, nepitsi kuyakuba ngokuhlambulukile, nokho okutholakala kunezilwane ezifile kukho kuyakuba ngokungcolile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Kepha umthombo nomgodi lapho amanzi eqoqene khona uyakube uhlambulukile, kodwa okuthinta izidumbu zazo kuyakuba ngokungcolile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Kepha umthombo noma umthombo okukuwo amanzi amaningi kuyakuba kuhlanzekile; kepha othinta isidumbu sazo uyakuba ngongcolile.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 11:36
4 Referans Kwoze  

Kepha lowo oyakuphuza amanzi engiyakumnika wona, akayikoma naphakade. Ngokuba amanzi engiyakumnika wona ayakuba kuye ngumthombo wamanzi aphuphumsayo, kube ngukuphila kwaphakade.”


Ngalolo lusuku kuyakuvulwa umthombo oyakuhlanza izono nokungcola kwendlu kaDavide nabakhileyo eJerusalema.


Konke okuwele kukho okwesidumbu saso kuyakuba ngokungcolile, noma iziko noma ikhanzi; kuyophohlozwa; kungcolile futhi kuyohlala kungcolile kini.


Uma ingxenye yesidumbu saso iwela phezu kwembewu ebekelwe ukuyohlwanyelwa, iyakuba ngehlambulukile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite