Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 11:34 - IsiZulu 2020

34 Konke ukudla okuzodliwa okukuzo kuyakuba ngokungcolileyo uma kuthintwe ngamanzi avela esitsheni esinjalo, nanoma yimaphi amanzi anokuphuzwa ayoba ngangcolileyo, uma evela esitsheni esinjalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Konke ukudla okudliwayo okukuzo, afika kukho futhi amanzi anjalo, kuyakuba ngokungcolile, nakho konke okuphuzwayo kuzo izitsha ezinjalo kuyakuba ngokungcolile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Yonke inyama edliwayo efika phezu kwamanzi anjalo iyakuba ngengcolile; lonke uphuzo oluphuzwa ngesitsha esinjalo luyakuba ngokungcolile.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 11:34
7 Referans Kwoze  

Kwabahlanzekileyo konke kuhlanzekile, kepha kwabangcolileyo nabangakholwayo akukho lutho oluhlanzekileyo, kodwa kungcole ingqondo nonembeza wabo.


Owandisa ingcebo ngenzalo nangenzuzo ethe xaxa, uyiqoqela onomusa kwabampofu.


Umhlatshelo wezikhohlakali uyisinengiso; kakhulu kangakanani-ke uma ulethwa ngenhloso embi.


Amehlo aziqhenyayo, inhliziyo eqhoshayo, nentokozo yezikhohlakali, kuyisono.


Umhlatshelo wezikhohlakali uyisinengiso kuSimakade, kodwa umkhuleko wabaqotho uyintokozo kuye.


Uma esinye sazo siwela ezitsheni, konke okukuzo kuyoba ngokungcolileyo, niyakusiphahlaza isitsha.


Konke okuwele kukho okwesidumbu saso kuyakuba ngokungcolile, noma iziko noma ikhanzi; kuyophohlozwa; kungcolile futhi kuyohlala kungcolile kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite