15 nawo wonke amagwababa ngezinhlobo zawo,
15 nawo onke amagwababa ngezinhlobo zawo,
15 negwababa ngezinhlobo zalo;
Ake nibheke nje amagwababa; awalimi, awavuni, futhi awanazilulu nazinqolobane, kepha uNkulunkulu uyawondla. Kakhulu kangakanani-ke nina eniyigugu ukwedlula izinyoni!
“Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina liyokopolotwa ngamagwababa asemfuleni, lidliwe ngamachwane okhozi.
Amagwababa amlethela isinkwa nenyama ekuseni, nesinkwa nenyama kusihlwa, waphuza emfudlaneni.
Uyophuza emfudlaneni, Mina ngiyale amagwababa ukuba akondle lapho.”
wakhiphela ngaphandle igwababa. Landiza njalo lehla lenyuka kwaze kwabohla amanzi emhlabeni.
unhloyile, uheshe ngezinhlobo zakhe,
intshe, inkovana, inkanu, uklebe ngezinhlobo zakhe,