Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoweli 1:3 - IsiZulu 2020

3 Kutsheleni abantwana benu, nabantwana benu bakutshele abantwana babo, nabantwana babo bakutshele esinye isizukulwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kutsheleni abantwana benu, nabantwana benu abantwana babo, nabantwana babo esinye isizukulwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kutsheleni abantwana benu ngakho, abantwana benu bakutshele abantwana babo, nabantwana babo bakutshele esinye isizukulwane.

Gade chapit la Kopi




UJoweli 1:3
10 Referans Kwoze  

Ubafundise wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni; lapho ulala, nalapho uvuka.


Isizukulwane siyakuyibabaza kwesinye imisebenzi yakho, simemezele izenzo zakho zamandla.


Nalapho sengimdala, sengiyimpunga, uze ungangishiyi, ukuze ngishumayele ubukhulu bakho kwabasazozalwa, namandla akho ezizukulwaneni.


Kuyakuthi ngomuso lapho indodana yakho ikubuza, ithi: ‘Kuyini lokhu na?’ uyothi: ‘USimakade wasikhipha ngesandla esinamandla eGibhithe, indlu yobugqila.


Abaphilayo, abaphilayo bayakubonga njengami namuhla; oyise bayabazisa abantwana ngokuthembeka kwakho.


Nkulunkulu, sizwile ngezindlebe zethu, nokhokho bethu besitshela lokho owakwenza emihleni yabo, emihleni yasemandulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite