Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 9:20 - IsiZulu 2020

20 Yilokhu esizokwenza kubo: sizobayeka baphile ukuze singehlelwa wulaka ngenxa yesifungo esisenze kubo.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Siyakwenza lokho kubo, sibayeke baphile, funa sehlelwe lulaka ngenxa yesifungo esasifunga kubo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Lokhu sizakwenza kubo; futhi sizobayeka baphile, ukuze ulaka lungasehleleli ngenxa yesifungo esafunga kubo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 9:20
10 Referans Kwoze  

“Ngiyakusondela kini ukuzokwehlulela. Ngiyakushesha ngifakaze ngimelane nabalumbi, iziphingi, abafunga amanga, nababamba umholo womqashwa ngokungafanele, bacindezele abafelokazi nezintandane, babaphathe kabi abafokazi, futhi nami bangangesabi,” kusho uSimakade Wamabandla.


Kulugibe kumuntu ukusho ngokushesha athi: “Kungcwele,” bese ecabanga kamuva ngesifungo asenzile.


izifebe, abesilisa abalalanayo, abathumba abantu, abaqambimanga, abafunga amanga, nanoma yikuphi okunye okuphambene nemfundiso elungileyo;


abanangqondo, abathembekile, abanaluthando, futhi abanasihe.


Wayihlubuka futhi nenkosi uNebukhadinezari eyayimfungisile ngoSimakade, wayenza lukhuni intamo yakhe, nenhliziyo yakhe wayenza lukhuni, akaze aphendukela kuSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


Abaholi bathi kulo lonke ibandla: “Sifungile kubo ngoSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, ngakho-ke asikwazi manje ukuba singabalimaza.


Abaholi babo bathi kubo: “Masibayeke baphile, ukuze basithezele izinkuni, futhi bakhele lonke ibandla lakwa-Israyeli amanzi, njengokuba abaholi benqumile ngabo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite