Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:24 - IsiZulu 2020

24 U-Israyeli eseqedile ukubulala zonke izakhamuzi zase-Ayi ehlane elalivulekile lapho babebaxoshele khona, nalapho bonke ngothi lwabo sebebulewe ngenkemba, bonke abakwa-Israyeli baphindela e-Ayi, balihlasela balibhubhisa ngenkemba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kwathi lapho u-Israyeli eseqedile ukubulala bonke abakhileyo e-Ayi endle ehlane, lapho ebebaxoshele khona, bese bewe bonke ngosiko lwenkemba baze baqedwa, bonke abakwa-Israyeli babuyela e-Ayi, balichitha ngosiko lwenkemba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kwathi u-Israyeli eseqedile ukubulala bonke abakhileyo e-Ayi endle, ehlane ababebaxoshele kulo, sebewa bonke ngosiko lwenkemba baze baqedwa, wonke u-Israyeli wabuyela e-Ayi, wayinqoba. Yona ngobukhali benkemba.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:24
6 Referans Kwoze  

Abakwa-Israyeli bamnqoba ngenkemba, badla izwe lakhe kusukela e-Arinoni kuze kufike eJabhoki, baye bangquleka kwa-Amoni, ngoba umngcele wabakwa-Amoni uqinile.


Abayibulalanga nokho inkosi yase-Ayi, kodwa bayithumba bayiletha kuJoshuwa.


Inani lalabo abawa ngenkemba ngalolo lusuku, abesilisa nabesifazane kwakuyizi-12 000, zonke izakhamuzi zakhona.


Ngakho-ke babaleka phambi kwabakwa-Israyeli, bemba bembulula belibhekise ngasehlane, kodwa impi yabafica labo ababevela ngasemzini, bababulala phakathi kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite