Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:23 - IsiZulu 2020

23 Abayibulalanga nokho inkosi yase-Ayi, kodwa bayithumba bayiletha kuJoshuwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Inkosi yase-Ayi bayibamba isaphila, bayiyisa kuJoshuwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Bayibamba inkosi yase-Ayi iphila, bayiyisa kuJoshuwa;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:23
7 Referans Kwoze  

Wambamba ephila u-Agagi inkosi yama-Amaleki, waqotha ngenkemba imbokodo nesisekelo.


Isilo sabanjwa kanye nomphrofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, abadukisa ngazo labo abemukela uphawu lwesilo nabakhuleka emfanekisweni waso. Labo bobabili baphonswa bephila echibini lomlilo elivutha isibabuli.


Kwabikwa kuJoshuwa ukuthi: “Lawo makhosi ayisihlanu afunyaniswe ecashe emgedeni eMakheda.”


Inkosi yase-Ayi wayilengisa emthini kwaze kwaba kusihlwa. Ngokushona kwelanga uJoshuwa wayala ukuba basehlise isidumbu sayo emthini, basitshinge esangweni lomuzi, base bebeka inqwaba enkulu yamatshe phezu kwaso, esekhona nanamuhla.


Abanye baphuma emzini babhekana nabo. Ngaleyo ndlela abakwa-Israyeli babavimbezela nxazonke bababulala, akwaze kwasinda muntu.


U-Israyeli eseqedile ukubulala zonke izakhamuzi zase-Ayi ehlane elalivulekile lapho babebaxoshele khona, nalapho bonke ngothi lwabo sebebulewe ngenkemba, bonke abakwa-Israyeli baphindela e-Ayi, balihlasela balibhubhisa ngenkemba.


Wayesethi uJoshuwa: “Vulani umlomo womgede, niwalethe kimi lawo makhosi ayisihlanu asemgedeni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite