Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:17 - IsiZulu 2020

17 Akusalanga namunye e-Ayi noma eBhethele lapho bephumela ukuyoxosha abakwa-Israyeli, bawashiya amasango ethe gengelezi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Akusalanga muntu e-Ayi naseBethele ongaphumanga ukubaxosha abakwa-Israyeli, bawushiya umuzi ugengelezile, babaxosha abakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Akwasala muntu e-Ayi naseBethele ongaphumanga ukulandela u-Israyeli; bawushiya umuzi uvulekile, baxosha u-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:17
9 Referans Kwoze  

Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo, achithe ngokushesha iseluleko soyisigwegwe.


Ngokuba kwakungukwenza kukaSimakade ukuba izinhliziyo zabo zibe lukhuluni, ukuze bazokulwa no-Israyeli abehlule abaqothule, angabi namusa kubo, kodwa ashaye icole, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


UJoshuwa nawo wonke amabutho bagasela e-Ayi. UJoshuwa wakhetha amabutho ayizi-30 000 wawathumela ebusuku,


Kodwa uSihoni, inkosi yaseHeshibhoni, akasivumelanga ukuba sidabule ezweni lakhe, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho wawenza lukhuni umoya wakhe, wamenza waba nenkani enhliziyweni yakhe, ukuze amnikele esandleni sakho njenganamuhla.


Ngakho-ke bonke abantu ababesemzini babizelwa ndawonye ukuba babaxoshe. Besaxosha uJoshuwa baya ngokuya bededa emzini.


USimakade wathi kuJoshuwa: “Yelulela ngase-Ayi umkhonto osesandleni sakho, ngokuba ngiyakulinikela esandleni sakho.” UJoshuwa welulela ngasemzini umkhonto owawusesandleni sakhe.


Lapho abakwaBhenjamini bephuma ukuyokulwa nabakwa-Israyeli, yabaheha eyakwa-Israyeli ukuba baqhele emzini. AbakwaBhenjamini baqala ukubulala, nokulimaza amabutho, kwasala amadoda angama-30 akwa-Israyeli enkundleni, emigwaqweni, nasendleleni eqonde eBhethele naseGibheya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite