Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:13 - IsiZulu 2020

13 Bawahlela amabutho, ingxenye enkulu yawo yayingasenyakatho, ingxenye eyayingemuva ingasentshonalanga yomuzi. UJoshuwa walala esigodini ngalobo busuku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Sebehleliwe abantu, lonke ibandla elalingasenyakatho komuzi nabaqamekeleyo babo ababengasentshonalanga komuzi, uJoshuwa waya ngalobo busuku phakathi kwesigodi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Lapho sebemisa amadoda, yonke impi eyayisenyakatho yomuzi, nabaqambimanga bayo ngasentshonalanga komuzi, uJoshuwa wahamba ngalobo busuku phakathi nesigodi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:13
3 Referans Kwoze  

Wakhetha amabutho ayizi-5 000 wawabeka phakathi kweBhetheli ne-Ayi, entshonalanga e-Ayi.


Lapho seniwudlile umuzi, niyakuwuthungela ngomlilo, nenze njengalokhu uSimakade eniyalile. Bhekani, senginiyalile.”


Lapho inkosi yase-Ayi ikubona lokho, yaphuma ngokushesha ekuseni, yona nabantu bayo, izakhamuzi zomuzi i-Ayi, baya endaweni ebhekene ne-Araba lapho impi yayibambene khona neyakwa-Israyeli, kodwa yayingazi ukuthi kukhona abayilalele unyendle emva komuzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite