Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 7:23 - IsiZulu 2020

23 Zakukhipha ethendeni zakuletha kuJoshuwa nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, bakwendlala phambi kukaSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Zakukhipha phakathi kwetende, zakuyisa kuJoshuwa nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, bakubeka phansi phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Zakukhipha phakathi kwetende zakuyisa kuJoshuwa nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli zakubeka phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 7:23
3 Referans Kwoze  

Ngakho-ke uJoshuwa wathumela izithunywa, zagijima zaya ethendeni lika-Akhani, zakufica lapho kufihliwe ethendeni lakhe, isiliva liphansi kwakho.


UJoshuwa nabo bonke abantu bakwa-Israyeli ababenaye bamthatha u-Akhani, indodana kaZera, nesiliva, nengubo, nesigaxa segolide, namadodana namadodakazi akhe, nezinkabi zakhe nezimbongolo nezimvu nethende lakhe, nakho konke okwakungokwakhe, bakukhuphulela esigodini i-Akhori.


Njengalokhu usupeketule yonke impahla yami nje, utholeni-ke olungolwakho na? Lubeke lapha phambi kwezihlobo zethu, zona zehlulele phakathi kwethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite