Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 7:22 - IsiZulu 2020

22 Ngakho-ke uJoshuwa wathumela izithunywa, zagijima zaya ethendeni lika-Akhani, zakufica lapho kufihliwe ethendeni lakhe, isiliva liphansi kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UJoshuwa wayesethuma izithunywa, zagijimela etendeni; bheka kwakuthukusiwe etendeni lakhe, isiliva liphansi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UJoshuwa wayesethuma izithunywa, zagijimela etendeni; bheka, kwakufihliwe etendeni lakhe, nesiliva liphansi kwakho.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 7:22
3 Referans Kwoze  

lapho ngibona phakathi kwempango ingubo enhle eShinari, isiliva elingama-200 amashekeli, nesigaxa segolide esisisindo salo singamashekeli angama-50, ngakunxanela, ngase ngiyakuthatha. Manje ngikumbele ngakufihla phakathi ethendeni lami, isiliva lona liphansi kwakho konke.”


Zakukhipha ethendeni zakuletha kuJoshuwa nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, bakwendlala phambi kukaSimakade.


Kuyothi lapho uSimakade uNkulunkulu wakho esekuphumuzile kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle, libe yifa lakho, bese ukuqeda nya ukukhunjulwa kwama-Amaleki phansi kwezulu. Ungakhohlwa yilokho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite