UJoshuwa 6:15 - IsiZulu 202015 Ngosuku lwesikhombisa bavuka ekuseni kusempondozankomo bahamba bawuzungeza umuzi ngendlela efanayo, kwaze kwaba kasikhombisa. Kwakungalolo lusuku kuphela lapho bahamba bawuzungeza kasikhombisa umuzi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Kwathi ngosuku lwesikhombisa bavuka ukuntwela kokusa, bawuzungeza umuzi ngandlelanye kasikhombisa; ngalolo suku kuphela bawuzungeza umuzi kasikhombisa. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202415 Ngosuku lwesikhombisa bavuka ekuseni kakhulu, bawuzungeza umuzi kasikhombisa ngendlela efanayo; kodwa ngalolo suku bawuzungeza umuzi kasikhombisa. Gade chapit la |