Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 6:14 - IsiZulu 2020

14 Ngosuku lwesibili bahamba bawuzungeza umuzi kanye, base bebuyela enkanjini. Bakwenza lokho izinsuku eziyisithupha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngosuku lwesibili bawuzungeza umuzi kanye, babuyela ekamu;* benze njalo izinsuku eziyisithupha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngosuku lwesibili bawuzungeza umuzi kanye, babuyela ekamu; benze njalo izinsuku eziyisithupha.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 6:14
4 Referans Kwoze  

Ngosuku lwesikhombisa bavuka ekuseni kusempondozankomo bahamba bawuzungeza umuzi ngendlela efanayo, kwaze kwaba kasikhombisa. Kwakungalolo lusuku kuphela lapho bahamba bawuzungeza kasikhombisa umuzi.


Umphongolo kaSimakade wazungeza umuzi, wawuzungeza kanye, base bebuyela enkanjini yabo, balala lobo busuku lapho babekanise khona.


Niyakuhamba niwuzungeze kanye umuzi. Uyakukwenza lokhu izinsuku eziyisithupha,


Abaphristi abayisikhombisa ababephethe amacilongo ezimpondo zezinqama ayisikhombisa, bedlula phambi komphongolo kaSimakade beshaya amacilongo. Amadoda ahlomile ahamba phambi kwabo, amanye alandela umphongolo kaSimakade, kwathi abashaya amacilongo bawashaya bengaphumuli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite