Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 5:3 - IsiZulu 2020

3 Ngakho-ke uJoshuwa wazenzela imimese ngetshe lensengetsha, wasoka abantu bakwa-Israyeli eGqumeni Lamajwabu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UJoshuwa wazenzela omese bensengetsha, wabasika abantwana bakwa-Israyeli eDulini Lamajwabu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJoshuwa wazenzela omese ababukhali, wabasoka abantwana bakwa-Israyeli entabeni yejwabu.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 5:3
5 Referans Kwoze  

UJesu wayesethi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emuva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.


UZiphora wathatha itshe elicijile wasika ijwabu lendodana yakhe, wathinta izinyawo zikaMose, wathi: “Ungumyeni wami wegazi kimi.”


Ngaleso sikhathi uSimakade wathi kuJoshuwa: “Yenza imimese ngetshe lensengetsha bese usoka abantu bakwa-Israyeli okwesibili.”


Kwakuyilesi isizathu sokuba uJoshuwa abasoke: bonke abesilisa kubantu abaphuma eGibhithe, nawo wonke amabutho, babefele endleleni ehlane emveni kokuphuma kwabo eGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite