Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 24:29 - IsiZulu 2020

29 Kwathi emveni kwazo zonke lezo zinto uJoshuwa, indodana kaNuni, inceku kaSimakade, wafa eseneminyaka eyi-110.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Kwathi emva kwalezo zinto uJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaJehova, wafa eneminyaka eyikhulu neshumi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngemva kwalezi zinto uJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaJehova, wafa eneminyaka eyikhulu neshumi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 24:29
10 Referans Kwoze  

UJoshuwa, indodana kaNuni, inceku kaSimakade, wafa eseneminyaka eyi-110.


Ngase ngizwa izwi livela ezulwini, lithi: “Loba ukuthi: babusisiwe abafileyo abafele eNkosini, kusukela manje.” “Yebo,” kusho uMoya, “ukuze baphumule emisebenzini yabo, ngokuba imisebenzi yabo iyabalandela.”


Abafileyo abamdumisi uSimakade, namunye wabo asebehlele endaweni yabafileyo.


UMose inceku kaSimakade wafela khona lapho kwaMowabi, njengezwi likaSimakade.


UJosefa wafa eseqede iminyaka eyi-110, abantu bamgqumisa ngemithi, wayesefakwa ebhokisini lomngcwabo eGibhithe.


UJosefa wahlala eGibhithe nabo bonke abendlu kayise. Waphila waze waba neminyaka eyi-110,


UJoshuwa wayesebadedela abantu, babuyela efeni labo.


Bamngcwaba eThiminathi Sera eyifa lakhe, ekwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.


Bamngcwaba emngceleni wefa lakhe eThimnathi Heresi, kwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite