UJoshuwa 23:14 - IsiZulu 202014 “Bhekani, namuhla sengizokufa; niyazi ezinhliziyweni nasemiphefumulweni yenu nonke ukuthi akukho nokukodwa okwaphuthayo kwangaphumelela kulokho uSimakade uNkulunkulu wenu akwethembisa mayelana nani; konke kwaphumelela, akukho nakunye okwaphutha. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 “Bhekani, namuhla ngiyahamba indlela yomhlaba wonke; niyazi ezinhliziyweni zenu zonke nasemiphefumulweni yenu yonke ukuthi akuphuthanga nento eyodwa kuzo zonke izinto ezinhle azikhuluma uJehova uNkulunkulu wenu ngani; kwenziwa konke kini, akuphuthanga nento eyodwa kukho. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202414 Bhekani, namuhla ngihamba ngendlela yomhlaba wonke, niyazi ngenhliziyo yenu yonke nangomphefumulo wenu wonke ukuthi akuphuthanga nento eyodwa kuzo zonke izinto ezinhle uJehova uNkulunkulu wenu azikhulumile ngani; konke kwenzeke kuwe, akuphuthanga nento eyodwa kukho. Gade chapit la |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.