Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 22:8 - IsiZulu 2020

8 wathi kubo: “Buyelani emathendeni enu nengcebo eningi, nemfuyo eningi, nesiliva, igolide, ithusi, insimbi, nezimpahla eziningi, nabelane nabafowenu impango eniyithathe ezitheni zenu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Buyelani ematendeni enu nemfuyo eningi: izinkomo eziningi kakhulu, nesiliva, negolide, nethusi, nensimbi, nezingubo eziningi, nabelane impango yezitha zenu nabafowenu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wakhuluma kubo, wathi: “Buyelani ematendeni enu nengcebo eningi, nemfuyo eningi, nesiliva, negolide, nethusi, nensimbi, nezingubo eziningi; hlukaniselani abafowenu impango yezitha zenu.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 22:8
12 Referans Kwoze  

Yehlukanise kabili impango, phakathi kwamabutho abeye empini nenhlangano yonke.


Impilo ende isesandleni sakho sokunene, kwesokhohlo sakho kukhona ingcebo nodumo.


Ngubani oyakunilalela kule ndaba na? Ngokuba njengesabelo salowo owehlele empini siyakuba njalo nesabelo salowo owasala nempahla; bayakwabelwa ngokulinganayo.”


wabona ukuthi ukuthukwa ngenxa kaKhristu kuyinzuzo enkulu kunengcebo yaseGibhithe, ngokuba wayebheke umklomelo.


Ngakho-ke bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilileyo, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


Amakhosi ahola izimpi acela empunzini, athi galo yephuka. Abesifazane abasekhaya babelana impango,


Ngakho-ke uSimakade wawusimamisa umbuso esandleni sakhe, wonke uJuda wathela intela kuJehoshafathi; waba nodumo olukhulu nengcebo eningi.


Yayisimehlisela kubo. Bheka, babehlakazeke indawo yonke; bedla, bephuza, besina ngenxa yempango ababeyidle ezweni lamaFilisti nakwaJuda.


UHezekiya wayecebile futhi enodumo olukhulu, wazakhela izindlu zesiliva, ezegolide, ezamatshe ayigugu, ezamakha, ezezihlangu nezazo zonke izinto ezinxanelekayo.


Wakha ngasempumalanga kwaze kwaba sekuqaleni kwehlane elisuka emfuleni iYufrathe, ngokuba imfuyo yabo yanda kwaGileyadi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite