Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 22:33 - IsiZulu 2020

33 Umbiko wabathokozisa abakwa-Israyeli, base bembonga uNkulunkulu, ababe besayiphatha eyokukhuphuka babahlasele ukuze babhubhise izwe abahlala kulo abozalo lukaRubeni nabolukaGadi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Leyo nto yaba nhle emehlweni abantwana bakwa-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli bambonga uNkulunkulu, ababe besasho ukuthi bayakukhuphuka babahlasele, bachithe izwe ababehlala kulo abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Le ndaba yaba kuhle kubantwana bakwa-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli bamdumisa uNkulunkulu, babengahlosile ukukhuphukela kubo empini, bachithe izwe abantwana bakwaRubeni noGadi ababehlala kulo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 22:33
13 Referans Kwoze  

wamemukela ngokumgona, wambonga uNkulunkulu, wathi:


Ngakho-ke yabonakaliswa imfihlakalo kuDaniyeli, ngombono ebusuku. UDaniyeli wambonga uNkulunkulu wasezulwini.


UDavide wathi kulo lonke ibandla: “Ake nibonge uSimakade uNkulunkulu wenu.” Lonke ibandla lambonga uSimakade uNkulunkulu wokhokho babo, lakhothama, lakhuleka kuSimakade nasenkosini.


Lapho uFinehasi umphristi, izikhulu zenhlangano, nezinhloko zemindeni yakwa-Israyeli ababenaye bezwa lawo mazwi akhulunywa ngabozalo lukaRubeni, olukaGadi, nolukaManase, beneliseka.


Makabongwe uNkulunkulu uYise weNkosi yethu uJesu Khristu, osibusisile ezulwini kuKhristu ngaso sonke isibusiso sokomoya;


hhayi nje ngokufika kwakhe kuphela, kodwa nangokugqugquzela agqugquzeleka ngakho ngani. Wasilandisa futhi ngokungilangazelela kwenu, nangokulila kwenu, nogqozi lwenu ngami; ngaze ngathokoza kakhulu.


Sebeyifundile, bathokoza ngamazwi ayo akhuthazayo.


Isixuku sonke sathula; salalela uBharnabha noPawula belanda ngezibonakaliso nangezimangaliso uNkulunkulu ayezenze ngabo kwabezizwe.


Umphristi uFinehasi, indodana ka-Eleyazare, nezikhulu babuyela emuva besuka kwaRubeni nakwaGadi kwaGileyadi eKhanani, babuyela kwa-Israyeli nezwi abaliphathisiwe.


Njengamanzi aqandayo emphinjeni owomileyo, unjalo umbiko omuhle ovela ezweni elikude.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite