Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 22:24 - IsiZulu 2020

24 Qha, silakhe ngokwesaba ukuthi esikhathini esizayo abantwana benu bayothi kwabethu: ‘Ninamsebenzi muni noSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Qha, impela senzile lokho ngokunakekela nangesizathu, sathi: Ngesikhathi esizayo abantwana benu bangakhuluma kubantwana bethu ngokuthi: ‘Ninamsebenzi muni noJehova uNkulunkulu ka-Israyeli na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Futhi uma besingakwenzanga esikhundleni ngenxa yokwesaba le ndaba, ngokuthi: Ngokuhamba kwesikhathi abantwana benu bazokwazi ukukhuluma nabantwana bethu bathi: ‘Ninamsebenzi muni noJehova uNkulunkulu ka-Israyeli?

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 22:24
7 Referans Kwoze  

abe wuphawu phakathi kwenu, ukuze kuthi lapho zinibuza izingane zenu ngesikhathi esizayo, zithi: ‘Ayini lawa matshe kini na?’


“Lapho indodana yakho ikubuza ngesikhathi esizayo, ithi: ‘Bufakazi buni, nezimiso, nezehlulelo uSimakade uNkulunkulu wethu aniyala ngakho, na?’


Kuyakuthi ngomuso lapho indodana yakho ikubuza, ithi: ‘Kuyini lokhu na?’ uyothi: ‘USimakade wasikhipha ngesandla esinamandla eGibhithe, indlu yobugqila.


Ubuqotho bami buzongifakazela ngomuso lapho usufika uzohlola iholo ongikhokhele lona. Leso silwane oyosithola kimi singemabhadubhadu, futhi singemabalabala ezimbuzini, nesingemnyama ezimvini zami, kuyoba ngisebile.”


futhi ngimqokile ukuba afundise abantwana bakhe nabendlu yakhe, ukuba bagcine umyalo kaSimakade ngokwenza ukulunga nobulungiswa, ukuze uSimakade akufeze lokho amethembise khona.”


ngokuzakhela i-althare ukuze sihlubuke ekulandeleni uSimakade; noma uma lokhu sikwenze ukuze sinikele kulo iminikelo yokushiswa noma yokusanhlamvu noma yobudlelwane, uSimakade uqobo makaziphindiselele.


Ngokuba uSimakade ulenzile iJordani laba ngumngcele phakathi kwethu nani, nina bakwaRubeni nabakwaGadi; aninasabelo kuSimakade.’ Izingane zenu zingenza abantwana bethu bayeke ukukhonza uSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite