Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 22:21 - IsiZulu 2020

21 Abozalo lukaRubeni, nabolukaGadi, nengxenye yesizwana sakwaManase baziphendulela kanje kuzo izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli, bathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase baphendula, bakhuluma kuzo izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli, bathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase baphendula, bathi ezinhloko zezinkulungwane zakwa-Israyeli:

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 22:21
11 Referans Kwoze  

Kodwa mngcweliseni uKhristu njengeNkosi ezinhliziyweni zenu, nihlale nilindele ukubaphendula bonke abanibuza ngethemba eninalo.


Yazini lokhu, bazalwane bami abathandekayo, ukuthi: makube yilowo nalowo muntu asheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze nokuthukuthela.


Kepha uPhethro waqala wabalandisa konke ukusuka nokuhlala, wathi:


“Kepha wena Bhethlehema Efratha, nakuba ungomncinyane emindenini yakwaJuda, ngiyakuvusa oyakuvela kuwe, uyakuba ngumbusi kwa-Israyeli, ondabuko yakhe ngeyasemandulo, ezinsukwini zaphakade.”


Impendulo eyiqiniso injengokuqabula ezindebeni.


Ukuphendula ungakezwa kungubuwula nehlazo kuye.


Amasu enhliziyo angawomuntu, kepha impendulo yolimi ivela kuSimakade.


Impendulo ezothile iyaludambisa ulaka, kodwa izwi elilimazayo libhebhezela intukuthelo.


U-Akhani, indodana kaZera, akenzanga yini isiphambeko ngokuqalekisiweyo, kwathi yonke inhlangano yakwa-Israyeli yehlelwa yintukuthelo, na? Akazange abhubhe yedwa ngenxa yesiphambeko sakhe.’ ”


“Simakade, Nkulunkulu wonkulunkulu! USimakade, uNkulunkulu wonkulunkulu uyazi, no-Israyeli makazi! Uma kungukuhlubuka noma kungukwephula ukholo kuSimakade, ningasiyekeli sisinde namuhla,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite