Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:45 - IsiZulu 2020

45 Akukho nasinye kulezo zithembiso ezinhle uSimakade ayezethembise indlu ka-Israyeli esingafezekanga; zonke zafezeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Akuphuthanga lutho kukho konke okuhle uJehova akukhuluma khona kuyo indlu ka-Israyeli; kwenziwa konke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

45 Kakusweli lutho oluhle uJehova alukhulumile endlini kaIsrayeli; konke kwenzeka.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:45
13 Referans Kwoze  

“Makabongwe uSimakade onike abantu bakhe, u-Israyeli, ukuphumula njengakho konke akushilo; akukho nelilodwa izwi elehlulekile kuwo wonke amazwi akhe amahle awakhuluma ngesandla sikaMose, inceku yakhe.


UNkulunkulu akasiye umuntu, ukuba angaqamba amanga, futhi akasiyo indodana yomuntu ukuthi angaguquka kwakushilo. Ushilo, kanakukwenza akushilo na? Ukhulumile, kanakukufeza akushilo na?


Uthembekile onibizayo, futhi oyakukwenza lokho.


Wethembekile uNkulunkulu owanibizela ebudlelwaneni neNdodana yakhe, uJesu Khristu iNkosi yethu.


ukuze ngezinto ezimbili ezingenakuguquleka, okungelula ukuba uNkulunkulu angaqamba amanga ngazo: thina esigijimile ukuyobamba ithemba esilimiselweyo, sifumane ukugqugquzeleka okukhulu.


nasethembeni lokuphila okuphakade, uNkulunkulu ongawaqambi amanga akwethembisa zingakabi bikho izikhathi zaphakade,


Ngimemezele izinto zakuqala esikhathini esedlule, ezaphuma emlonyeni wami; ngazizwakalisa, ngazenza, zenzeka ngokuphazima.


USamuweli wakhula, uSimakade wayenaye, wawafeza wonke amazwi kaSamuweli.


Yathi: “Makabongwe uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, owakhuluma ngomlomo wakhe kuDavide, ubaba, ukufezile lokhu ngesandla sakhe, ethi:


“USimakade uliqinisile izwi alikhulumayo, ngokuba mina ngingenile esikhundleni sikaDavide, ubaba, ngihlezi esihlalweni sobukhosi sakwa-Israyeli njengokusho kukaSimakade, ngilakhele indlu igama likaSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


okufezile encekwini yakho uDavide, ubaba, lokho owakusho kuyo; yebo, lokho owakukhuluma ngomlomo wakho ukufezile ngesandla sakho njengokuba kunjalo namuhla.


Wayithola inhliziyo yakhe yethembekile kuwe, wenza isivumelwano naye, wethembisa ukwabela abozalo lwakhe izwe lamaKhanani, amaHithi, ama-Amori, amaPherizi, amaJebusi namaGirigashi, wakufeza owawukwethembisile ngokuba ulungile.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite