Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:38 - IsiZulu 2020

38 Esizwaneni sakwaGadi bathola: iRamothi kwaGileyadi namadlelo alo, umuzi wokuphephela umbulali, iMahanayimi namadlelo alo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Esizweni sakwaGadi: iRamoti kwaGileyadi namadlelo alo, umuzi wokuphephela wombulali, neMahanayimi namadlelo alo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Esizweni sakwaGadi, iRamoti kwaGileyadi nedlelo layo, umuzi okhululekileyo wokucekwa; neMahanayimi nedlelo layo,

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:38
14 Referans Kwoze  

UJakobe ezibona, wathi kuzo: “Leli yibutho likaNkulunkulu.” Wayiqamba leyo ndawo ngokuthi yiMahanayimu.


nasesizwaneni sakwaGadi, banikwa iRamothi, kwaGileyadi, namadlelo alo, iMahanayimi namadlelo alo,


Inkosi yakwa-Israyeli yathi ezincekwini zayo: “Niyazi nje ukuthi iRamothi Gileyadi lingelethu, na? Kepha asenzi lutho ukuba silithathe esandleni senkosi yase-Aramu.”


UBharizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engama-80. Nguye owabe ondla inkosi ngesikhathi isahleli eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu onothileyo.


UDavide wahamba waze wafika eMahanayimi, kodwa u-Absalomu nabo bonke abantu bakwa-Israyeli bawela iJordani.


Phesheya kweJordani ngasempumalanga yeJerikho, behlukanisa iBhezeri esehlane lethafa lesizwana sakwaRubeni, iRamothi kwaGileyadi esizwaneni sakwaGadi, neGolamu eBhashani esizwaneni sakwaManase.


iBhezeri elisehlane ezweni eliyithafa libe ngelabakwaRubeni, iRamothi ekwaGileyadi ibe ngeyabakwaGadi, neGolanu eseBhashani ibe ngeyabakwaManase.


iKhedemothi namadlelo alo, neMefahathi namadlelo alo, imizi emine.


iHeshibhoni namadlelo alo, neJazeri namadlelo alo, imizi emine isiyonke.


U-Abhineri, indodana kaNeri, umkhuzi wempi kaSawule wayesethathe u-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, waya naye eMahanayimi,


uBheni Gebheri eRamothi Gileyadi, okwakungeyakhe imizi kaJayire, indodana kaManase ekwaGileyadi, ne-Arigobi eliseBhashani, imizi engama-60 enezingange nemigoqo yethusi;


kubuye kusuke eHeshibhoni kuye eRamathi Mizpha neBhethonimi, kusuke eMahanayimi kuya esifundeni saseDebhiri,


Indawo yabo yayisuka eMahanayimi, idabule kulona lonke iBhashani, wonke umbuso wenkosi u-Ogi waseBhashani, nemizi yonke eJayiri, eyayiseBhashani, okuyimizi engama-60,


u-Ahinadaba, indodana ka-Ido eMahanayimi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite