Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:2 - IsiZulu 2020

2 zakhuluma kubo eShilo eKhanani, zathi: “USimakade wayala ngoMose ukuba sinikwe imizi esizohlala kuyo namadlelo emfuyo yethu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 bakhuluma kubo eShilo ezweni laseKhanani, bathi: “UJehova wayala ngesandla sikaMose ukuba siphiwe imizi ukuhlala kuyo kanye namadlelo ayo, abe ngawezinkomo zethu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bakhuluma kubo eShilo ezweni laseKhanani, bathi: “UJehova wayala ngesandla sikaMose ukuba sinikezwe imizi yokuhlala, namadlelo ayo ezinkomo zethu.”

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:2
9 Referans Kwoze  

Inhlangano yonke yakwa-Israyeli yayisihlangana eShilo, yamisa lapho ithende lokuhlangana. Izwe lanqotshwa phambi kwayo.


Kepha yena ofundiswa izwi makahlanganyele nalowo omfundisayo ezintweni zonke ezinhle.


Ningaphathi kwasikhwama sokwethekela, nabhantshi lesibili, kwazicathulo, kwaludondolo, ngokuba isisebenzi kufanele sinikwe ukudla kwaso.


“ ‘Kepha imizi yabaLevi, izindlu zemizi eyifa labo, abaLevi bayoba nelungelo lokuzihlenga noma nini izindlu ezisemizini eyifa labo.


Abakwa-Israyeli benza njengoba uSimakade ayemyalile uMose; balehlukanisa izwe.


Ngakho-ke ngokomyalo kaSimakade abakwa-Israyeli banika abaLevi le mizi elandelayo namadlelo ayo, kwaba yifa labo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite