Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 2:15 - IsiZulu 2020

15 URahabi wayesewehlisa ngentambo aphuma ngefasitela, ngoba indlu ayehlala kuyo yayiyingxenye yodonga lomuzi, yena ehlala ngaphakathi kodonga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wayesewehlisa ngentambo ngasefasiteleni, ngokuba indlu yakhe yayingasogangeni lomuzi, wahlala ngasogangeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Khona-ke wabehlisa ngefasitela ngentambo, ngoba indlu yakhe yayingaseludongeni lomuzi, futhi wayehlala phezu kogange.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 2:15
6 Referans Kwoze  

Kepha abafundi bamshushumbisa ebusuku, bamehlisa ogangeni bemfake eqomeni.


ngehliswa ngefasitela ogangeni ngifakwe esilulwini, ngaphunyuka kanjalo ezandleni zayo.


Abantu bamemeza kakhulu, kwakhala amacilongo. Kwathi ukuba abantu bezwe ukukhala kwamacilongo, bamemeza kakhulu, lwawa udonga, ngakho-ke abantu bawuthelekela, bawudla umuzi.


Amadoda athi kuye: “Singanifela nokunifela. Uma ningaludaluli lolu daba lwethu, siyakuniphatha ngomusa nangokwethembeka lapho uSimakade esesinika izwe.”


Wathi kuwo: “Hambani nilibhekise kwelezintaba, ukuze abanixoshayo banganitholi. Cashani lapho izinsuku ezintathu baze babuye abanixoshayo, bese niqhubeka nohambo lwenu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite