Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:9 - IsiZulu 2020

9 Ifa labozalo lukaSimeyoni laliyingxenye yendawo yabozalo lukaJuda, ngokuba ingxenye yabozalo lukaJuda yayinkulu kunaso, ngalokho-ke abozalo lukaSimeyoni bathola ifa labo phakathi kwelabakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ifa labantwana bakwaSimeyoni lavela esabelweni sabantwana bakwaJuda, ngokuba isabelo sabantwana bakwaJuda sasisikhulu kubo; ngalokho abantwana bakwaSimeyoni babenefa phakathi kwefa labo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ifa labantwana bakwaSimeyoni lalivela efeni labantwana bakwaJuda; ngokuba isabelo sabantwana bakwaJuda sasisikhulu kakhulu kubo; ngalokho abantwana bakwaSimeyoni bathola ifa labo efeni labo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:9
7 Referans Kwoze  

Kepha kwathi lapho bekulinganisa nge-omeri, kulabo ababebuthe okuningi akusalanga lutho, nalabo ababebuthe okuncane abantulanga: yilowo nalowo wayebuthe ngangokwesidingo sakhe.


Maluqalekiswe ulaka lwabo ngokuba luyavutha, nentukuthelo yabo ngokuba iwunya. Ngizobehlukanisela kwaJakobe, ngibahlakazele kwa-Israyeli.


nayo yonke imizana eyayizungeze le mizi kuze kuyofika eBhalathi Bheri, iRama eningizimu. Lokho kwakuyifa lesizwe sakwaSimeyoni ngokwemindeni yaso.


Unkatho lwesithathu lwadla abozalo lukaZebuloni ngokwemindeni yabo. Umngcele wesabelo sabo wawufinyelela eSaridi;


“UJuda uyakuba nesabelo ngasemngceleni wakwaRubeni, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga.


Abaningi uyakubabela ifa elikhulu, abayingcosana ubabele ifa elincane, yilowo nalowo abelwe ifa ngokwesibalo sabantu anabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite