Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:50 - IsiZulu 2020

50 Ngokomyalo kaSimakade bamnika umuzi ayewucelile, iThiminathi Sera kwelezintaba kwa-Efrayimi; wawakha kabusha umuzi, wahlala kuwo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 ngesiyalezo sikaJehova bamnika umuzi awucelayo, iThimnati Sera, ezintabeni zakwa-Efrayimi; wakha umuzi, wahlala kuwo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

50 Njengezwi likaJehova bamnika umuzi awucelayo, iThimnati-Sera ezintabeni zakwa-Efrayimi; wakha umuzi, wahlala kuwo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:50
6 Referans Kwoze  

Bamngcwaba eThiminathi Sera eyifa lakhe, ekwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.


Bamngcwaba emngceleni wefa lakhe eThimnathi Heresi, kwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.


Indodakazi yakhe kwakunguSheyera owakha iBhethi Horoni eZansi naseNhla, ne-Uzeni Sheyera.


Owesizwana sakwa-Efrayimi: nguHosheya, indodana kaNuni.


Sebeqedile ukwaba izwe ngokwezizwe, nangokwemingcele yalo, abakwa-Israyeli banika uJoshuwa, indodana kaNuni, ifa lakhe phakathi kwabo.


Nanka amagama azo: uBheni Huri kwelezintaba kwa-Efrayimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite