Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:48 - IsiZulu 2020

48 Yileso-ke isabelo sesizwana sabozalo lukaDani ngemindeni yaso, imizi nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Lokho kwakuyifa lesizwe sabantwana bakwaDani ngemindeni yabo, leyo mizi kanye nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Leli yifa lesizwe sabantwana bakwaDani ngezizukulwane zabo, lezi zakhamuzi nemizana yazo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:48
3 Referans Kwoze  

Kwathi ukuba abozalo lukaDani balahlekelwe ngumngcele wabo, bakhuphuka balwa neLeshemu, balidla, balibhubhisa ngenkemba, balithatha, bakha kulo, base belibiza iLeshemu ngokuthi yiDani, beliqamba ngegama likaDani uyise.


Sebeqedile ukwaba izwe ngokwezizwe, nangokwemingcele yalo, abakwa-Israyeli banika uJoshuwa, indodana kaNuni, ifa lakhe phakathi kwabo.


“Nanka amagama ezizwe: UDani uyakuba nesabelo, kusukela emngceleni osenyakatho eceleni komgwaqo eHethiloni kuya eLebho Hamathi, kuze kuyofika eHazari Enani elingumngcele eDamaseku ngasenyakatho eceleni kweHamathi, kuya ohlangothini olusempumalanga kuze kube sentshonalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite