Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:29 - IsiZulu 2020

29 bese umngcele ujika uya eRama, uze uyofinyelela emzini obiyelweyo eThire; umngcele bese ujika uye eHosa, uze uyophela olwandle e-Akhizibhi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 umkhawulo wajika waya eRama, nasemzini obiyelweyo waseTire; umkhawulo wajika waya eHosa; ukuphuma kwawo kwakuselwandle ngasezweni lase-Akizibi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Khona-ke umngcele osogwini wajika waya eRama nasedolobheni eliqinile laseTire; umkhawulo osogwini wajika waya eHosa; futhi ukuphuma kwawo kungasolwandle kusukela ogwini kuze kufike e-Agisibi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:29
12 Referans Kwoze  

U-Asheri akazixoshanga izakhamuzi zase-Akho, ezaseSidoni, ezase-Ahelabhi, ezase-Akhizibhi, ezaseHelibha, ezase-Afiki nezaseRehobhi,


UHiramu, inkosi yaseThire, wathumela izithunywa kuDavide, nemisedari, nababazi bemithi, nabakhi; bamakhela uDavide isigodlo.


Ngakho-ke iMoreshethi Gathi uyakulipha izipho zokuvalelisa. Izindlu e-Akhizibi ziyakuba yinkohliso emakhosini akwa-Israyeli.


Yalandelisa futhi ngenye indodana, wayiqamba igama wathi nguShela: babeseKhezibhi ngesikhathi ezalwa.


e-Uma, e-Afekhi, naseRehobhi, imizi enga-20 nemizana yayo.


baze bayofika enqabeni eseThire, nakuyo yonke imizi yamaHivi namaKhanani. Baphuma lapho balibangisa ngaseningizimu yakwaJuda, eBheri Sheba.


IThire lazakhela inqaba, lanqwabela isiliva njengothuli, negolide elicolekileyo njengodaka emigwaqweni.


IGibheyoni, iRama, iBherothi,


USolomoni wayenabathwala imithwalo abayizi-70 000, nababazi bamatshe ezintabeni abayizi-80 000,


“Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho eSidoni, uphrofethe umelene nalo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite