Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:26 - IsiZulu 2020

26 i-Alamelekhi, i-Amadi, neMishali; ngasentshonalanga uze ufinyelele eKharimeli naseShihori Libhinathi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 ne-Alameleki, ne-Amadi, neMishali; wafinyelela eKarmeli ngasentshonalanga, naseShihori Libinati;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 ne-Alamelegi, ne-Amadi, neMishali; wafinyelela eKarmeli ngasentshonalanga naseSihori-libinati;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:26
15 Referans Kwoze  

Izwe lididekile, lidangele, iLebhanoni lithelwe ngamahloni, liyabuna, iSharoni linjengehlane, iBhashani neKharmeli kuyavuthuluka.


Ikhanda lakho linjengeKharimeli, nomyeko okulo usabukhwebezane, inkosi ibambeke njengomthunjwa emiyekweni.


Wayesekhuphuka u-Ahabi ukuba adle, aphuze. U-Eliya wakhuphukela esiqongweni eKharmeli, wakhothamela phansi, wafaka ubuso bakhe phakathi kwamadolo akhe.


U-Ahabi wayesethumela kubo bonke abantu bakwa-Israyeli, wabaqoqela nabaphrofethi entabeni iKharmeli.


“Ngifunga ngiyagomela,” kusho iNkosi, egama layo kunguSimakade Wamabandla, “kukhona ozayo ofana neThabhori phakathi kwezintaba, nanjengeKharmeli ngasolwandle.


Ngesandla sezinceku zakho uyidelelile iNkosi, wathi: ‘Ngezinqola zami eziningi ngenyukele phezulu ezintabeni, kuze kube semikhawulweni yeLebhanoni; ngagawulela phansi imisedari yalo emide, nemisayiphuresi yalo ekhethekileyo, ngafinyelela emajukujukwini ekuphakameni kwalo, nasesijwini sehlathi elicinene.


Luzokhahlela kakhulu luthokoze, lujabule, lugide. Inkazimulo yeLebhanoni izobuyiselwa kulo nobukhosi beKharimeli nobeSharoni. Bayakubona inkazimulo kaSimakade, ubukhosi bukaNkulunkulu wethu.


nasesizwaneni sakwa-Asheri: iMashali namadlelo alo, i-Abhidoni namadlelo alo,


USamuweli wavuka ekuseni wayohlangabeza uSawule. USamuweli wabikelwa ukuthi: “USawule ufike eKharmeli, wazimisela insika, wasuka wedlula wehlela eGiligali.”


Esizwaneni sakwa-Asheri bathola: iMishali namadlelo alo, i-Abhidoni namadlelo alo,


Umngcele wabo kwakuyiHelikhathi, iHali, iBhetheni, i-Akhishafu,


ujike ubheke empumalanga uye eBhethi Dagoni, uze ufike kwaZebuloni nasesigodini i-Ifitha Eli enyakatho ukuya eBhethi Emekhi naseNeyiyeli, uqhubeke ngasenyakatho ubheke eKhabhuli;


Ngalokho-ke thumela, uqoqele kimi wonke u-Israyeli entabeni iKharmeli, nabaphrofethi bakaBhali abangama-450, nabaphrofethi baka-Ashera abangama-400, abadla etafuleni likaJezebheli.”


IMahoni, iKharmeli, iZifi, iJutha,


Wasuka lapho, waya entabeni iKharmeli, wayesebuyela eSamariya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite