Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:15 - IsiZulu 2020

15 naseKhatha, eNahalali, eShimroni, eJidala, naseBhethlehema, leyo mizi ili-12 nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 neKathati, neNahalali, neShimroni, neJidala, neBetlehema, imizi iyishumi nambili nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 NeKatati, neNahalali, neShimroni, ne-Idala, neBetlehema: imizi eyishumi nambili nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:15
11 Referans Kwoze  

Ngesikhathi uJabhini, inkosi yaseHazori, ezwa ngalokhu, wathumela kuJobabhi inkosi yaseMadoni, nasenkosini yaseShimironi, nasenkosini yase-Akhishafu,


Wakha iBhethlehema, i-Ethamu, iThekhowa,


UDavide womela amanzi, wayesethi: “Ngubani ozakunginika amanzi asemthonjeni eBhethlehema ongasesangweni, ngiphuze na?”


Bahamba-ke bobabili baze bayofika eBhethlehema. Kuthe sebefikile eBhethlehema, umuzi wonke wanyakaza ngokufika kwabo. Abantu base bethi: “Kungabe nguNawomi lona, na?”


UZebuloni akazixoshanga izakhamuzi zaseKhithroni, nezaseNahaloli, kodwa amaKhanani ahlala phakathi kwabo bawaphoqa ukuba abasebenzele.


inkosi yaseShimroni Meroni: iyodwa; inkosi yase-Akhishafi: iyodwa;


Ngasenyakatho, umngcele uyajika ubheke eHanathoni uze uyophelela esigodini i-Ifita Eli;


Yileso-ke isabelo sabozalo lukaZebuloni ngokwemindeni yabo, leyo mizi nemizana yayo.


Emva kukaJeftha kwalandela u-Ibizani waseBhethlehema ukwehlulela u-Israyeli.


Kwakukhona insizwa eBhethlehema kwaJuda, ingeyesizwana sakwaJuda. YayingumLevi, igogobele lapho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite