Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:12 - IsiZulu 2020

12 ujike eSaridi, ubheke ngasempumalanga lapho kuphuma khona ilanga, uze uyofika emngceleni eKhisilothi Thabhori, usuke lapho ubheke eDabherathi, bese wenyukela eJafiya;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 wajika wasuka eSaridi ngasempumalanga, lapho kuphuma khona ilanga, kuze kube semkhawulweni waseKisiloti Thabori, waphuma waya eDaberati, wenyukela eJafiya;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 waphenduka eSaridi ngasempumalanga, ngasekuphumeni kwelanga, waya emngceleni weKisilothabori, waphuma waya eDaberati, wenyukela eJafiya;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:12
8 Referans Kwoze  

Nguwe owadala inyakatho neningizimu, iThabhori neHermoni kuyathokoza egameni lakho.


nasesizwaneni sakwa-Isakhare, iKedeshi namadlelo alo, iDabherathi namadlelo alo,


Kwathi ukuba uSisera bamtshele ukuthi uBharaki, indodana ka-Abhinowami, wenyukele entabeni iThabhori,


Wathumela eKedeshi kwaNafethali ukuba kubizwe uBharaki, indodana ka-Abhinowami, wathi kuye: “USimakade, uNkulunkulu ka-Israyeli, ukuyale wathi: ‘Hamba umise entabeni iThabori, uthathe amabutho ayizi-10 000 ozalweni lukaNafethali nolukaZebuloni uye nawo entabeni iThabhori.


Esizwaneni sakwa-Isakhare bathola: iKhishiyoni namadlelo alo, iDabherathi namadlelo alo,


umngcele wabo uze ufinyelele eThabhori, eShahazuma, naseBhethi Shemeshi; uze uphele eJordani, imizi eli-16 nemizana yayo.


wenyukele ngasentshonalanga kuze kube seMarala, eDabheshethi, nasemfuleni ongasempumalanga eJokhineyamu,


usuke lapho wedlule ngasempumalanga yeGathi Heferi, uye e-Ethi Khazini, uqhubekele eRimoni, ujikele eNeya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite