Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:10 - IsiZulu 2020

10 Unkatho lwesithathu lwadla abozalo lukaZebuloni ngokwemindeni yabo. Umngcele wesabelo sabo wawufinyelela eSaridi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Inkatho yesithathu yadla abantwana bakwaZebuloni ngemindeni yabo; umkhawulo wefa labo wafika eSaridi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Inkatho yesithathu yaphumela abantwana bakwaZebuloni ngemindeni yabo, umkhawulo wefa labo wawufinyelela eSaridi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:10
8 Referans Kwoze  

Benza unkatho ngesizwana sabozalo lukaBhenjamini nemindeni yaso; banikezwa indawo eyayiphakathi kwabozalo lukaJuda nabolukaJosefa.


Anoloba nilichaze izwe nilehlukanise kasikhombisa, bese niletha incazelo kimi, nginenzele unkatho phambi kukaSimakade uNkulunkulu wethu.


“UZabuloni uyokwakha ngasogwini lolwandle, abe ngasechwebeni lemikhumbi, imingcele yakhe iyoze ishaye eSidoni.


Ifa labozalo lukaSimeyoni laliyingxenye yendawo yabozalo lukaJuda, ngokuba ingxenye yabozalo lukaJuda yayinkulu kunaso, ngalokho-ke abozalo lukaSimeyoni bathola ifa labo phakathi kwelabakwaJuda.


wenyukele ngasentshonalanga kuze kube seMarala, eDabheshethi, nasemfuleni ongasempumalanga eJokhineyamu,


“Ngasemngceleni wakwa-Isakhare, uZebuloni uyakuba nesabelo, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga.


Amadodana kaLeya kwakunguRubeni, izibulo likaJakobe, kulandele uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare noZabuloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite