Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 18:20 - IsiZulu 2020

20 IJordani ingumngcele ongasempumalanga. Lesi yisabelo sabozalo lukaBhenjamini ngokwemindeni yabo. Uzungeza kusukela emngceleni kuya komunye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 IJordani lalingumkhawulo walo ngasohlangothini lwasempumalanga. Lokho kwakuyifa labantwana bakwaBenjamini njengemikhawulo yabo nxazonke ngemindeni yabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 IJordani lalingumkhawulo walo ngasempumalanga. Leli laliyifa labantwana bakwaBenjamini ngomngcele wakhe nxazonke ngezizukulwane zabo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 18:20
4 Referans Kwoze  

Wedlulela ngasenyakatho yomthambeka waseBhethi Hogila, uze uphelele echwebeni loLwandle Lukasawoti, ekugcineni ngaseningizimu yeJordani. Yilowo-ke umngcele wangaseningizimu.


Imizi yesizwana sabozalo lukaBhenjamini ngokwemindeni yaso kwakuyiJerikho, iBhethi Hogila, i-Emekhi Kezizi,


wambeka waba yinkosi, wabusa abakwaGileyadi, ama-Ashurimi, abaseJizreyeli, abakwa-Efrayimi abakwaBhenjamini, wabusa no-Israyeli wonke.


uShimeyi, indodana ka-Ela kwaBhenjamini,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite