Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 18:15 - IsiZulu 2020

15 Umngcele ongaseningizimu uqala ekupheleni kweKiriyathi Jeharimi, umngcele uqhubeke uye e-Efroni emthonjeni wamanzi aseNefithowa,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Uhlangothi lwaseningizimu lwasuka ekupheleni kweKiriyati Jeharimi, umkhawulo waphuma waya ngasentshonalanga emthonjeni wamanzi aseNefitowa;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uhlangothi olungaseningizimu lwalusukela ekupheleni kweKiriyati Jeharimi, umkhawulo waphuma waya ngasentshonalanga, waphuma waya emthonjeni waseNefitowa.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 18:15
4 Referans Kwoze  

bese uqhubeka usuka esiqongweni sentaba uya emthonjeni wamanzi eNefithowa, usuke lapho uze uyofika emizini esentabeni i-Efroni, umngcele usuke ujike uye eBhahala eKiriyathi Jeharimi,


Abantu bakwa-Israyeli basuka bagasela kuzo, bafika emizini yazo ngosuku lwesithathu. Imizi yazo kwakuyiGibheyoni, iKhefira, iBhiyerothi neKiriyathi Jeharimi.


Umngcele wangasempumalanga wuLwandle Lukasawoti kuze kube semngceleni weJordani. Umngcele kusukela echwebeni elingasenyakatho kuze kube ngasekupheleni kolwandle, kusukela eJordani,


Umngcele bese ubheka kwenye ingxenye, ujike ubheke ngasentshonalanga-ningizimu; kusuka entabeni ebhekene neBhethi Horoni eningizimu uphele eKiriyathi Bhali eliyiKiriyathi Jeharimi engumuzi wabantu bakwaJuda. Lolu wuhlangothi olungasentshonalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite