Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 17:10 - IsiZulu 2020

10 Ngaseningizimu ngelika-Efrayimi, elingasenyakatho kwaManase, umngcele walo kungulwandle. Ngasenyakatho ufinyelela e-Asheri, kuthi ngasempumalanga ufinyelele e-Isakhare.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 okwaseningizimu kwakungokuka-Efrayimi, okwasenyakatho kwakungokukaManase, ulwandle lwalungumkhawulo wakhe; bafinyelela kwa-Asheri ngasenyakatho nakwa-Isakare ngasempumalanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngaseningizimu laphuma kwa-Efrayimi, ngasenyakatho lalingelikaManase, ulwandle lwaba umkhawulo walo; babuthana kwa-Asheri ngasenyakatho nakwa-Isakare ngasempumalanga.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 17:10
2 Referans Kwoze  

Umngcele uyedlula uye phansi esigodini iKhana. Leyo mizi engaseningizimu yesigodi, phakathi kwemizi yakwaManase, yayingeyakwa-Efrayimi. Umngcele wakwaManase uqhubeka wedlule ngasenyakatho yesigodi uze uyogcina olwandle.


Phakathi kwelakwa-Isakhari nakwa-Asheri uManase wabelwa iBhethi Sheyani nemizana yalo, iJibheleyami nemizana yalo, izakhamuzi zaseDori nemizana yalo, ezase-Eni Dori nemizana yalo, ezaseThahanakhi nemizana yalo, nezaseMegido nemizana yalo, elesithathu yiNafathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite