Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 16:7 - IsiZulu 2020

7 bese wehla usuka eJanowa uye e-Atharothi naseNahara, ugudle iJerikho ugcine ngeJordani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 wehla eJanowa, waya e-Atharoti naseNahara, wafika eJeriko, waphumela eJordani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wehla usuka eJanoha waya e-Atharoti naseNaharati, wafika eJeriko, waphuma eJordani.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 16:7
6 Referans Kwoze  

Ifa labo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBhethele nemizana yalo, ngasempumalanga kuyiNaharani, ngasentshonalanga kuyiGezeri nemizana yalo, iShekemi nemizana yalo, kwaze kwaba se-Aya nemizana yalo;


Ngaleso sikhathi uJoshuwa wenza lesi sifungo wathi: “Makaqalekiswe phambi kukaSimakade lowo oyozama ukwakha lo muzi iJerikho. Obeka isisekelo salo uyakulahlekelwa yizibulo lakhe, ovuselela amasango alo uyakulahlekelwa yindodana yokugcina.”


Amasango eJerikho ayevaliwe ngaphakathi nangaphandle ngenxa yabantu bakwa-Israyeli; kwakungaphumi futhi kungangeni muntu.


amanzi anqamuka ukugeleza, aba yintaba aze ayofinyelela ngase-Adamu, eliseduze neZarethani. Kwathi amanzi agelezela olwandle i-Araba, uLwandle Lukasawoti nawo anqamuka, abantu bawela umfula maqondana neJerikho.


Basuka ezintabeni i-Abharimi, bakanisa emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho.


umngcele wawusuka lapho uye olwandle, ngasenyakatho eMikhemethathi, empumalanga umngcele ujika ubheke eThawanathi Shilo, wedlule ngaphesheya kwalo ngasempumalanga uye eJanowa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite