Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 16:3 - IsiZulu 2020

3 siqhubekele ezansi ngasentshonalanga esifundeni samaJafelethi, size siyofika endaweni esezansi eBhethi Horoni bese siya eGezeri; size sigcine olwandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 sehlela ngasentshonalanga emkhawulweni wamaJafeleti kuze kube semkhawulweni weBeti Horoni laseNzansi naseGezeri; ukuphuma kwaso kwakuselwandle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 wehlela ngasentshonalanga esifundeni esisogwini lwaseJafeleti, kuze kube sesogwini lwaseBeti Horoni elingaphansi naseGezeri; futhi ukuphuma kwawo kungasolwandle.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 16:3
9 Referans Kwoze  

Wakha iBhethi Horoni engenhla, neBhethi Horoni engezansi, imizi ebiyelweyo enezingange, amasango, nemigoqo.


Kusuka lapho umngcele wedlula ngaseningizimu ngendlela eya eLuze, eceleni kweLuze eliyiBhethele, wehlele e-Atharothi Adari entabeni esezansi ngaseningizimu yeBhethi Horoni.


Kwase kukhuphuka uHoramu, inkosi yaseGezeri, ukuzosiza iLakhishi, kepha uJoshuwa wayibulala nabantu bayo, akashiyanga namunye kubo.


Ifa labo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBhethele nemizana yalo, ngasempumalanga kuyiNaharani, ngasentshonalanga kuyiGezeri nemizana yalo, iShekemi nemizana yalo, kwaze kwaba se-Aya nemizana yalo;


Indodakazi yakhe kwakunguSheyera owakha iBhethi Horoni eZansi naseNhla, ne-Uzeni Sheyera.


“ ‘Umngcele wasentshonalanga kuyoba wuLwandle Olukhulu, lube ngumngcele wenu entshonalanga.


esinye isigaba sahamba ngendlela eya eBhethi Horoni; esinye isigaba sahamba ngendlela eya emngceleni obheke esigodini eZebhoyimi ngasehlane.


Kwathi emveni kwaleso sehlakalo kwaqubuka impi phakathi kuka-Israyeli namaFilisti eGezeri. USibhekhayi, umHushathi, wabulala uSiphayi, enye yamadodana amaRefa; anqotshwa amaFilisti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite