56 iJizreyeli, iJokhideyamu, iZanowa,
56 neJizreyeli, neJokideyamu, neZanowa,
56 neJizreyeli, neJokideyamu, neSanowagi,
IMahoni, iKharmeli, iZifi, iJutha,
iKhayini, iGibheya, neThimina; isiyonke imizi iyishumi nemizana yayo.
UDavide wathatha no-Ahinohama waseJizreyeli; baba ngomkakhe bobabili.
Waphindela eJizreyeli ukuyokwelashwa amanxeba awathola eRama ngesikhathi elwa noHazayeli, inkosi yase-Aramu. U-Azariya, indodana kaJehoramu, inkosi yakwaJuda, wehla wayombona uJehoramu, indodana ka-Ahabi, eJizreyeli, ngoba wayegula.
Abozalo lukaJosefa bathi: “Elezintaba alisanele, kodwa wonke amaKhanani ahlala emathafeni anezinqola zensimbi, lawo aseBhethi Sheyani nemizana yalo, nalawo asesigodini iJizreyeli.”
Indawo yabo kwakuyiJizreyeli, iKhesulothi, iShunemi,
Nanka amagama amadodana kaDavide abamzalela wona eHebhroni: izibulo u-Amnoni ku-Ahinohama, umHizireyelikazi; owesibili nguDaniyeli, ku-Abhigayili, umKharmelikazi;
Umkakhe owayengumJudakazi wazala uJeredi, uyise kaGedori, uHebhere, uyise kaSokho, noJekuthiyeli, uyise kaZanowa. Abanye babengamadodana kaBhithiya, indodakazi kaFaro, eyathathwa nguMeredi.
ISango Lesigodi lakhiwa kabusha nguHanuni nezakhamuzi zomuzi iZanowa. Bamisa amasango ezindaweni zawo, bafaka imigoqo nezihluthulelo, bakha kabusha ugange olungamakhubhithi ayinkulungwane kuze kuyofika eSangweni Lomquba.